0
Your cart

Your cart is empty

Books > Children's & Educational > Life skills & personal awareness, general studies > Learning & study skills

Buy Now

X-Kit Achieve! Literature Study Guide Impi Yabomdabu Isethunjini Grade 12 (isiZulu Home Language) (Zulu, Paperback) Loot Price: R81
Discovery Miles 810
You Save: R14 (15%)

X-Kit Achieve! Literature Study Guide Impi Yabomdabu Isethunjini Grade 12 (isiZulu Home Language) (Zulu, Paperback)

L. Mjiyako

Series: X-Kit Achieve!

 (sign in to rate)
List price R95 Loot Price R81 Discovery Miles 810 You Save R14 (15%)

Bookmark and Share

Expected to ship within 5 - 10 working days

Nalu uchungechunge lwe-X-Kit Achieve! Luyimibhalo eyinqazivele elotshwe yaphinde yahlotshiswa ngemibala ehehayo, kanye nezinsizakusebenza ezingamalungiselelo okuhlolwa ayikhwalithi eseqopheleni eliphezulu. Lolu chungechunge lubhalwe ngothisha abanohlonze futhi nabasezingeni eliphezulu kwezemfundo. Izincwadi zalo zifundisa ulwazi kanye namakhono asehloliwe ukusebenza kwawo ngempumelelo ezivivinyweni zesiZulu uLimi Lwasekhaya kanye nalolo Lwemibhalo Yolimi LokuQala OlwEngeziwe lweFET. Kulolu chungechunge kufundiswa kabanzi lezi zimpawu zenoveli ezilandelayo: isakhiwo, abalingiswa, uphawu kanye nomfanekisomqondo bese abafundi bevivinywa ngendlela enabile nedephile. Kuphinde kufundiswe izindlela zokuzilungiselela ukuhlolwa. Lolu chungechunge futhi lunemibuzo yokuhlolwa. Kanti kukhona nezimpendulo zayo yonke imibuzo ukusiza abafundi bakwazi ukuzitholela ngokwaba lokho abakuqondisisayo. Lo mhlahlandlela wabafundi wenzelwe ukukusekela lapho uzilungiselela ukuhlolelwa Ibanga le- 11 kwesifundo sesiZulu. Lo mhlahlandlela uqukethe lokhu okulandelayo: Lonke ulwazi lwangaphambili oludingekayo ukuze wazi uqondisise ngokuphelele inoveli Impi Yabomdabu Isethunjini.; Ukufinqwa kwezahluko zenoveli.; Izinkulumo ezicashuniwe ezizosetshenziswa ekuhlolweni.; Ukuhluza inoveli okuzokusiza ukuqondisisa isakhiwo, kanye nokwenza izincomo.; Ukuhlaziywa kwabalingiswa.; Ukufinqwa kwezindikimba ezibalulekile.; Amalungiselelo okuhlolwa aqondisisekayo, imibuzo yokuZivivinya, izibonelo zemibuzo emifishane kanye nezimpendulo ezigcwele.; Iglosari echaza amagama angamatemu asetshenziswa kwezemibhalo. This eBook is in ePDF format, which enables you to: View the entire book offline on desktop or tablet.; Search for and highlight text; and Add and edit personal notes directly in your eBook.

General

Imprint: Pearson Education South Africa
Country of origin: South Africa
Series: X-Kit Achieve!
Release date: February 2016
Authors: L. Mjiyako
Dimensions: 297 x 210 x 5mm (L x W x T)
Format: Paperback
Pages: 84
ISBN-13: 978-1-928330-49-3
Languages: Zulu
Categories: Books > Children's & Educational > Language & literature > Literary & linguistic reference works > Literary reference works
Books > Children's & Educational > Life skills & personal awareness, general studies > Learning & study skills > General
Books > Children's & Educational > Language & literature > Modern languages (other than English) > Modern language learning material > General
Books > Children's & Educational > Language & literature > Modern languages (other than English) > Literary texts > General
Books > Academic & Education > Primary & Secondary Education > Grade 12
Books > Academic & Education > Primary & Secondary Education > X-Kit
LSN: 1-928330-49-5
Barcode: 9781928330493

Is the information for this product incomplete, wrong or inappropriate? Let us know about it.

Does this product have an incorrect or missing image? Send us a new image.

Is this product missing categories? Add more categories.

Review This Product

No reviews yet - be the first to create one!

Partners