Send or share

Umlungu Omnyama - (isiZulu translation of Coconut) (Zulu, Paperback)

Incwadi esihloko sithi Umlungu Omnyama inoveli yokuqala yalo mbhali kodwa eseyihlomule ngendondo, ikhuluma ngokukhula njengengane ensundu endaweni ebuswa abamhlophe nezimfundiso zabo. Ilandisa ngamantombazane amabili asemancane aphila ezindaweni zasesilungwini eGoli, efunda ezikoleni ezizimele zakobelungu enabangani abamhlophe. U-Ofilwe ovela ekhaya elinothile futhi okhula ephathiswe okweqanda ubekuthatha kalula konke lokhu akhule enakho kanti manje kufanele abhekane nomshophi wokukhula engenasisekelo samasiko, umhlaba aphila kuwona ubonakala ungenamongo futhi untengantenga. Ngakolunye uhlangothi sibona uFiks, oyintombazane ezithandela izinto futhi ezikhulumelayo, ungumuntu oshabashekela impumelelo.

futhi olangazelele ukufulathela imuva lakhe elinesihluku aye empilweni yasedolobheni yobukhazikhazi, kodwa le mpilo entsha uyithola inzinyana futhi ingenasihe nokwehlukile kulokho abekulindele. Okulangazelelwe yilaba besifazane abasebancane ukuthuthuka nokuthandeka, kodwa okubaluleke kunakho konke ukuthola ukwamukeleka. Ukwamukeleka, empeleni, kutholakala ngokuba udele konke okukwenza ube umuntu omnyama – osamlungu kakhulu ukuba angahlala nabamnyama, futhi omnyama kakhulu ukuba angahlala nabamhlophe

R222
List Price R240
Save R18 8%

Pay from as little as R55.5Learn more

payflex-widget-image
Discovery Miles2220

Non-Returnable

Delivery Advice

Ships in 5 - 10 working days

Toggle WishListAdd to wish list
Review this Item

Product Description

Incwadi esihloko sithi Umlungu Omnyama inoveli yokuqala yalo mbhali kodwa eseyihlomule ngendondo, ikhuluma ngokukhula njengengane ensundu endaweni ebuswa abamhlophe nezimfundiso zabo. Ilandisa ngamantombazane amabili asemancane aphila ezindaweni zasesilungwini eGoli, efunda ezikoleni ezizimele zakobelungu enabangani abamhlophe. U-Ofilwe ovela ekhaya elinothile futhi okhula ephathiswe okweqanda ubekuthatha kalula konke lokhu akhule enakho kanti manje kufanele abhekane nomshophi wokukhula engenasisekelo samasiko, umhlaba aphila kuwona ubonakala ungenamongo futhi untengantenga. Ngakolunye uhlangothi sibona uFiks, oyintombazane ezithandela izinto futhi ezikhulumelayo, ungumuntu oshabashekela impumelelo.

futhi olangazelele ukufulathela imuva lakhe elinesihluku aye empilweni yasedolobheni yobukhazikhazi, kodwa le mpilo entsha uyithola inzinyana futhi ingenasihe nokwehlukile kulokho abekulindele. Okulangazelelwe yilaba besifazane abasebancane ukuthuthuka nokuthandeka, kodwa okubaluleke kunakho konke ukuthola ukwamukeleka. Ukwamukeleka, empeleni, kutholakala ngokuba udele konke okukwenza ube umuntu omnyama – osamlungu kakhulu ukuba angahlala nabamnyama, futhi omnyama kakhulu ukuba angahlala nabamhlophe

Customer Reviews

No reviews or ratings yet - be the first to create one!

Product Details

General

Imprint

Jacana Media

Release date

March 2026

Availability

Expected to ship within 5 - 10 working days

Authors

Dimensions

212 x 136 x 20mm (L x W x T)

Format

Paperback

Pages

257

ISBN-13

978-1-4314-3689-7

Barcode

9781431436897

Languages

value

Categories

LSN

1-4314-3689-5

Feast On Fiction

COPYRIGHT © 2026 AFRICA ONLINE RETAIL (PTY)LTD. ALL RIGHTS RESERVED. Khutaza Park, 27 Bell Crescent, Westlake Business Park. PO Box 30836, Tokai, 7966, South Africa. info@loot.co.za

All prices displayed are subject to fluctuations and stock availability as outlined in our Terms & Conditions