Ayixoxeki Nakuxoxeka (Zulu, Paperback)


Uthi ubuwazi ukuthi izinkinga eziningi ezikhungethe izwe zibangelwa wukungalaleli nokungabi nantshisekelo ngenqubekela phambili empilweni yakho? Uthi ubuwazi ukuthi ukungabi nambono nezifiso ezinkulu ngempilo yakho kungaholela ekucekeleni phansi kwekusasa lakho unomphela? Ungahlakanipha, uphile kahle, kodwa uma ungalaleli futhi kungekho nemigomo ekulawulayo, ungangena nenhlakanipho yakho ejele noma ethuneni kungafanele. UMugqa uhlakaniphile, uphila kahle, kodwa indlela aziphatha ngayo imfaka ezinkingeni ezinkulu. Uzithola esehlala emigwaqeni yedolobha nasemahlathini ngezizathu ezithile. Ake uphenqe la makhasi ale ncwadi uzifundele ukuthi lo mfana uhlangabezana naziphi izinkinga futhi uphuma kanjani kuzona.

UNtando ude wayibeka inqawa, kodwa ke zifundele mfundi uzivele. Kuluncuthu mazangwa!


R88
List Price R99
Save R11 11%

Or split into 4x interest-free payments of 25% on orders over R50
Learn more

Discovery Miles880
Delivery AdviceShips in 5 - 10 working days


Toggle WishListAdd to wish list
Review this Item



Product Description

Uthi ubuwazi ukuthi izinkinga eziningi ezikhungethe izwe zibangelwa wukungalaleli nokungabi nantshisekelo ngenqubekela phambili empilweni yakho? Uthi ubuwazi ukuthi ukungabi nambono nezifiso ezinkulu ngempilo yakho kungaholela ekucekeleni phansi kwekusasa lakho unomphela? Ungahlakanipha, uphile kahle, kodwa uma ungalaleli futhi kungekho nemigomo ekulawulayo, ungangena nenhlakanipho yakho ejele noma ethuneni kungafanele. UMugqa uhlakaniphile, uphila kahle, kodwa indlela aziphatha ngayo imfaka ezinkingeni ezinkulu. Uzithola esehlala emigwaqeni yedolobha nasemahlathini ngezizathu ezithile. Ake uphenqe la makhasi ale ncwadi uzifundele ukuthi lo mfana uhlangabezana naziphi izinkinga futhi uphuma kanjani kuzona.

UNtando ude wayibeka inqawa, kodwa ke zifundele mfundi uzivele. Kuluncuthu mazangwa!

Customer Reviews

No reviews or ratings yet - be the first to create one!

Product Details

General

Imprint

Maskew Miller Longman (Pty) Ltd

Country of origin

South Africa

Release date

December 2016

Availability

Expected to ship within 5 - 10 working days

Authors

Dimensions

210 x 137 x 9mm (L x W x T)

Format

Paperback

Pages

128

ISBN-13

978-0-636-20761-5

Barcode

9780636207615

Languages

value

Categories

LSN

0-636-20761-7



Trending On Loot