Izinsiza Kufundisa Zaledi Zincwadi, ABET Level 1 - Teachers' Resource Materials (Zulu, Paperback)

Izivivinyo ezikule ncwadi zisuselwa ezindabeni eziyisithupha zesiZulu ezenziwe zaba lula ukuzifunda ezashicilelwa ngabakwa-New Readers Publishers, ezinconyelwa ukuba zisetshenziselwe ukufunda ezifundeni zabasaqala zesiZulu ezibizwa nge-Asifunde. Lezi zincwadi nezivivinyo zingasetshenziwa futhi ngemphumelelo lapho abafundi bezifundela ukuze basizakale ukuba balungiselele ukuhlolwa kwezinga lokuqala lemfundo yabadala nokuqeqesha (ABET Level 1), kanye nokuthuthukisa ukufunda baqephuze kanye nokuthanda ukufunda kwabafundi abafunda ukufunda nokubhala nabafunda ulimi okungelona lwabo. Lezi zivivinyo ziphethe imiphumela ehambelana namaQophelo eZokuxhumana noLimi (Language, Literacy and Communications Unit Standards)afanele abafundi bezinga lokuqala le-ABET. Le ncwadi eyinsiza yothisha iqukethe amanothi abanzi najwayelekile kathisha ofundisa ulimi noma ukufunda nokubhala, kanye namapheshana ezivivinyo zabafundi (okungagaywa kube kuphindaphindwe). Izivivinyo zingabhalwa nasebhodini. Abafundi kuyomele bafunde lezi zincwadi ukuze benze lezi zivivinyo.

Delivery AdviceNot available

Toggle WishListAdd to wish list
Review this Item

Product Description

Customer Reviews

No reviews or ratings yet - be the first to create one!

Product Details

General

Imprint

New Readers Publishers

Country of origin

South Africa

Release date

2012

Availability

We don't currently have any sources for this product. If you add this item to your wish list we will let you know when it becomes available.

Dimensions

210 x 148mm (L x W)

Format

Paperback

ISBN-13

978-1-86840-618-0

Barcode

9781868406180

Languages

value

Categories

LSN

1-86840-618-0

Trending On Loot